[Music] Mbuzeni – Udondolo (Free Audio)
Posted by badgeValidBoii 0
Facebook
Twitter
WhatsApp
Telegram
Pinterest
Email

mbuzeni-udondolo-artwork
ArtistMbuzeni
CategoryMaskandi
GenreMaskandi
Released2026
Duration04:50

South African singer-songwriter and music star, Mbuzeni, comes through with a new single which is titled "Udondolo".

Telegram Link Join Now Join Now

The well enchanted song serves as Mbuzeni's latest entry this year following previously released songs.

Listen, download, & share your thoughts below;


Mbuzeni Udondolo Lyrics:
Awu ngiphe Baba
Howu udondolo Baba
Howu lokungena Baba
Ezulwini

Ngiyabaz'ubukhulu bakho
Uphakeme Simakade
Ngicela udondolo Baba
Lokungena

Ngiphe Baba (Ngiphe Baba)
Ngicel'ungiphe Baba (Udondolo)
Ngicel'uphind'ungibambise ngesandla (Lokungena)
Ngoba ngifun'ukuyongen'ezulwini Baba (Ezulwini)

Ngaphandle kwakho Baba
Ngeke ngiy'ezulwini (Ngiphe Baba)
Mawunganginikanga udondolo Baba (Udondolo)
Bengicel'ungiphe Somandla ngiyakuncenga (Lokungena)
Lokungena (Ezulwini)

Ngith'ayikh'indlela (Ayikh'indlela)
Ey'ezulwini (Ey'ezulwini)
Ehamba lapho Baba (Ehamba lapho)
La uthanda khona

Ngith'ayikh'indlela (Ayikh'indlela)
Ey'ezulwini Baba (Ey'ezulwini)
Ehamba lapho (Ehamba lapho)
La uthanda khona

Ngicel'inginikez'udondolo
Ngicel'inginikez'udondolo Baba wami
Ngiyakunxusa
Ngiyakucela
Ngoba Bab'angiyindawo
Ngaphandle kodondolo lwakho

Ngicel'ungiphe Baba
Ngicel'ungisize Baba
Ngixakekile Somandla
Ngiding'udondolo kuphela nje
Lokungen'ezulwini

Awu ngiphe Baba (Ngiphe Baba)
Ngikukhulek'ubusuku nemini (Udondolo)
Mina ngikucela udondolo (Lokungena)
Lokungena (Ezulwini)

Ngiyabaz'ubukhulu bakho (Ngiphe Baba)
Mina ngikucela udondolo  (Udondolo)
Woh lokungena Baba (Lokungena)
Ezulwini (Ezulwini)

Bengikutshelile ngaph'ayikho
Mzalwane wami (Ayikh'indlela)
Awuzange ungethembe (Ey'ezulwini)
Bengishilo ngath'ayikh'indlela lapho (Ehamba lapho)
Ey'ezulwin'ehamba kweny'indawo (La uthanda khona)

Ayikho (Ayikh'indlela)
Ingani ngiyaphinda ngithi ayikho (Ey'ezulwini)
Ehamba lapho
La uthanda khona

Ngiphe Baba (Ngiphe Baba)
Ngicel'ungiphe Baba (Udondolo)
Ngicel'ungiph'udondolo lwakho Baba (Lokungena)
Lokungena (Ezulwini)

Olwakho lwethembekil'odondolo (Ngiphe Baba)
Yilon'elinomsebenz'emhlabeni (Udondolo)
Yiy'indlela yokusuk'emhlaben'ukuy'ezulwini (Lokungena)
Ngicel'ungiphe Baba (Ezulwini)

Ayikh'indlela (Ayikh'indlela)
Ey'ezulwini Baba (Ey'ezulwini)
Ehamba lapho (Ehamba lapho)
La uthanda khona

Ngith'ayikho Baba (Ayikh'indlela)
Ayikho mzalwane (Ey'ezulwini)
Ehamba lapho (Ehamba lapho)
La uthanda khona

Ngicel'ungiphe Baba
Ngicel'ungiphe Baba (Ngiphe Baba)
Heh udondolo Baba (Udondolo)
Ho lokungena Baba (Lokungena)
Ezulwini

Ngicel'unginikeze Baba
Ngiyalwethemba (Ngiphe Baba)
Ngicel'ungiphe yilol'engizowela ngalo
Ngize ngiyofik'ezulwini (Udondolo)
Ngicel'ungiphe Baba (Lokungena)
Ngicel'ungiphe Baba (Ezulwini)


DOWNLOAD Udondolo by Mbuzeni MP3 [6.79 MB]


Do you want your song on ZaMusic? Upload Your Song.


What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post