[Music] Mbuzeni – Angazi Ngingenza Kanjani (Instrumental) (Free Audio)
Posted by badgeValidBoii 0
Facebook
Twitter
WhatsApp
Telegram
Pinterest
Email

mbuzeni-angazi-ngingenza-kanjani-instrumental-artwork
ArtistMbuzeni
CategoryMaskandi
GenreMaskandi
Released2026
Duration04:23

South African singer-songwriter and performer, Mbuzeni, introduces a new song titled "Angazi Ngingenza Kanjani (Instrumental)".

Telegram Link Join Now Join Now

The song "Angazi Ngingenza Kanjani (Instrumental)" is an amazing record that should be on your Playlist.

Enjoy!


Mbuzeni Angazi Ngingenza Kanjani (Instrumental) Lyrics:
Isikhathi
Esingaka
Ngimile
Ngilinde wena

Okungixakayo mina
Ukuthi
Mina ngifonile
Uma ngisuk'endlini ngiza kuwe
Kungani wenza kanjena

Okungixakayo mina
Ukuthi
Mina ngifonile
Uma ngisuk'endlini ngiza kuwe
Wadlala ngami kanjena
Weh mtanomuntu

Sithandwa sami
Angazi ngingenza kanjani
Ngoba uyazi
Abazali bam'abakuthandi
Kukhona yin'abakuthandela yena
Awungitshele phela

Sithandwa sami
Angazi ngingenza kanjani
Ngoba uyazi
Abazali bam'abakuthandi
Ngabe kukhona yin'abakukhethele yena
Ngitshele phela

Sithandwa sami
Angazi ngingenza kanjani
Ngoba uyazi
Abazali bam'abakuthandi
Aze abuhlungu lawo mazwi
Athunuk'umoya wami

Sithandwa sami
Angazi ngingenza kanjani
Ngoba uyazi
Abazali bam'abakuthandi
Ngithi woz'ungilande baby
Kunotsotsi kulendawo bazongibamba

Oh ngempilo yami
Ngikhala ngempilo yami

Ngabe kukhona yin'abakutholele yena
Okufanele
Awungitshele muntuza

Lovie wami
Kubuhlungu
Uma umuntu
Egxek'umunt'othandana naye
Naw'uyazi
Ukuthi mina
Ngithanda wena

Lovie wami
Kubuhlungu
Uma umuntu
Egxek'umunt'othandana naye
Naw'uyazi sithandwa (Naw'uyazi)
Ukuthi mina
Ngithanda wena
Ngithanda wena wedwa baby

Why wenza so?
Why wenza so my Dali?
Ngiyabuza
Ngeke ngisaphinde ngize kuwe
Ngoba wena wenza kanje

Why wenza so
Why wenza so my lovie
Ngiyabuza
Ngeke ngisaphinde ngize kuwe
Ngoba wena wenza kanje

Kungani wenza nje
Kungani wenza nje sithandwa sami
Ngiyabuza
Ngeke ngisaphinde ngize kuwe
Ngoba wena wenza kanje

Cishe ngafa
Ngifel'umunt'ongangithandi
Edlala ngami
Ngeke ngisaphinde ngize kuwe
Ngoba wena wenza kanje

Kungani wenza so
Kungani wenza so my dali


DOWNLOAD Angazi Ngingenza Kanjani (Instrumental) by Mbuzeni MP3 [6.17 MB]


Do you want your song on ZaMusic? Upload Your Song.


What do you think about this song?

Drop Your Comment

Be the first to comment on this post